Uzinikele iminyaka ewu-40 emsebenzini owodwa.(News)

From: Isolezwe (South Africa) | Date: April 23, 2007 | Copyright information

BYLINE: SIPHAMANDLA GOGE

ESIKHATHINI samanje akusajwayelekile ukuthi umuntu ahlale isikhathi eside emsebenzini owodwa ngenxa yezizathu ezahlukene, phakathi kwazo okubalwa ukuthi abantu bafuna imali engcono nezinselelo ezintsha empilweni nokukhula ngokwahlukana kwemikhakha.

Akumangazi ukuthi kungani uMnuz Phineous Seme (63) waseNdwedwe, KwaZulu-Natal, ethi uzibona enenhlanhla yokuba yisizukulwane esidala esasikholelwa ekuhlaleni emsebenzini owodwa isikhathi eside.

USeme usebenza eyadini lezitimela eThekwini. Ubuye abhekelele ukuthi zisesimweni esikulungele yini ...

Related newspaper, magazine, and trade journal articles from HighBeam Research

(Including press releases, facts, information, and biographies)

Amasu okwenza impilo ibe lula uma ugqigqizela ekhishini.(Entertainment)
; ...sesithambile. 2. Ulethisi wakho ungahlala isikhathi eside ungaboli futhi ungabuni uma uwugcina...uwagoqa ngethawula elihlanzekile. Ahlala isikhathi eside. 4. Uma uzofaka amakhowe ekudleni...ukwenza lokhu ufake u-anyanisi efrijini isikhathi eside uyothi uma usuwuqoba ukuphathe kahle...
U'Tau' uthi akulula ukugcogcoma ku-TV.(Entertainment)
; ...Yathi uma isisuka khona yayozinza isikhathi eside emdlalweni iGenerations. UTau wayengusomabhi-zini...iGenerations ngoba wayesehlale kuyo isikhathi eside. Uthi kodwa kwase kufike isikhathi...Skefu washiya uMuvhango esedlale kuwo isikhathi eside waya kwiScandal. URami Chuene, odlala...
'Izikhulu azidede ezikhundleni'.(Sports)
; ...Kuthiwa lo mkhuba wokugweva ezikhundleni isikhathi eside yiwo kanye oyimbangela yenkohlakalo...zezinhlangano zemidlalo zingahlali isikhathi eside ezikhundleni njengoba sibona kwenzeka...uma umuntu eseqhoqhobale isikhundla isikhathi eside lokho kumenza agcine esengene emaphutheni...
Amasu angakusiza.(Entertainment)
; ...efrijini kungakusiza ngokuthi ahlale isikhathi eside futhi angangenwa nayizintuthwane...efanayo noyithola eqandeni. Ukuze ahlale isikhathi eside amaqanda akho uma uwathenge aba maningi...iqhwa. Lokhu kuzosiza ukuthi ahlale isikhathi eside engonakali. Isinkwa naso siyafakwa...
Abaqeqeshi bathi awukho uKhisimusi kubadlali.(Sports)
; ...likaKhisimusi, ngoba ngeke athathe isikhathi eside ukuthi abuyele enkundleni ekuqaleni...isizini inje. Akufanele abadlali bahlale isikhathi eside bengazivocavoci ngoba bangalahlekelwa...behamba ngawo nokuyinto okuthatha isikhathi eside ukuthi bayibuyise. Sizobanika usuku...
Kusazolindwa ngelikamalugaju?(News)
; ...SIPHAMANDLA GOGE KUBUKEKA lizothatha isikhathi eside ukuqala ukuqulwa icala likamalugaju...isicelo enkantolo sokuthi lihlehliswe isikhathi eside ngoba busebuningi ubufakazi obubalulekile...kwesakhiwo sobuso bomuntu). Ukuthatha isikhathi eside kolibufuzo kwenze imindeni yalabo...
Lisekude ukuphela ishobolo leSundowns.(Sports)
; BYLINE: SIHLE NDLOVU KUSOBALA ukuthi kusazoyithatha isikhathi eside iMamelodi Sundowns ukuthi idlale kwifayineli yendebe...izogugula kwasani kodwa kucacile ukuthi kuzomthatha isikhathi eside naye ukuthi aqede ibhadi lokungayinuki ifayineli...
Akumnandi ukwelulekwa njalo.(News)
; ...akumnandi ukululekwa njalo, kufana noMfundisi oshumayela isikhathi eside abantu baze bozele. Iziyalo zigcina zingasangenanga kahle...Luleka isikhashana esincane bese uyasivusa ngoba uma udonsa isikhathi eside ngeziyalo uzosizelisa. Khona uyakhuluma bandla. Sotobe...
Umisiwe u-bhamjee.(Football Supplement)
; ...amathikithi omqhudelwano weNdebe yoMhlaba. Emhlanganweni odonse isikhathi eside ngempelasonto, amalungu angu-42 kwangu-40 ale nhlangano...kwe-England neTrinidad and Tobago. UBhamjee, osesebenze isikhathi eside kwiFifa, uthe lokhu akwenza wayekwenzela abantu ababehluphekile...
Usi iloli elithwele izinkukhu lisha lingqongqa ngemuva kwengozi.(News)
; ...enyakatho yeKwaZulu-Natal ziphazamisekile kwazise kuke kwaphela isikhathi eside zivalelwe ngoba kusacishwa umlilo, nokuholele ekutheni abashayeli bagcine sebema isikhathi eside. Kube sekuphoqeleka ukuthi kudluliswe lezi ebese zimile ngaphambi...