|
Uzobonakala umphumela wokuzikhandla kweBanyana?(Sports)
|
BYLINE: LUNGILE MAJOKA
KUSASA ngelamanqamu lapho kulindeleke ukuthi kubonakale imiphumela yokuziqeqesha kanzima kweBanyana Banyana izilungiselela imidlalo ye-African Women's Championships, eNigeria.
U-Augustine Makalakalane wenze okungajwayelekile kuleli qembu labesimame ngesikhathi eqoka ukuthi abadlali bazilolonge ngisho nangokuqukula izinsimbi ukuze bakwazi ukumelana nobunzima bomqhudelwano.
IBanyana eholwa nguPortia Modise (osesithombeni) izotholana ne-Algeria kusasa e-Oleh Stadium, eWarri, ngo-4 ntambama.
La mazwe agcina ukuhlangana ngo-2003 kuma-All Africa ...
Find more facts and information related to the article "Uzobonakala umphumela wokuzikhandla ..."